Kubanjwe ababili ngokubulawa komuntu e-Atteridgeville

2017-11-01 07:02

Pretoria – Amaphoyisa abophe amadoda amabili ngecala lokubulawa kowesilisa endaweni yase-Atteridgeville ngoMsombuluko.

NgoLwesibili, amaphoyisa athi kutholakale isidumbu sowesilisa oneminyaka engu-63 ubudala, sitholwa wumngani. Umngani uthi ufike emzini wesisulu kumapeketwane.

“Isidumbu salo mlisa sitholwe wumngani obethi uzomvakashela emzini wakhe," kusho uConstable Tumisang Moloto okhulumela amaphoyisa.

Kubizwe abezimo eziphuthumayo abafike baqinisekisa ukuthi useshonile.

OLUNYE UDABA:Umufi wayebika ngokuhlukumezeka emendweni

Amaphoyisa abengakakuqinisekisi ukuthi ngabe ubulewe ngesikhali na kanti nembangela yokushona kwakhe ibingakaqinisekiswa.

“Amaphoyisa alandele umkhondo mayelana nabasolwa ababamba endaweni yaseBrazaville ngalo lolo suku ntambama,” kusho uMoloto.

“Inhloso yokubulawa kukamufi ibingakaqinisekiswa kodwa uphenyo lusaqhubeka,” kusho yena.

Abasolwa kulindeleke ukuba bavele enkantolo kungekudala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.