Kubanjwe ababili ngokubulawa kwephoyisa laseShowe

2017-11-19 11:02

eThekwini - Ithimba labaseshi ebeliphenya ngokubulawa kwephoyisa lisemsebenzini endaweni yaseShowe libambe ababili.

Laba basolwa ababili babanjwe ngezintatha zangeSonto elokishini laseSikhaleni lapho abebecashe khona.

Abasolwa batholakale nezibhamu ezimbili i-pistol kanye ne-R5 ethathwe ngesikhathi kuhlaselwa uConstableJabulani Mavundla.

Laba basolwa baneminyaka engu-21 no-22 ubudala bebhekene necala lokubulala, ukuzama ukubulala kanye nokuphanga kanti bazovela phambi kweMantshi yaseShowe kungekudala.

OLUNYE UDABA: Uzobolela ejele owaseMnambithi othole odilikajele abathathu

UMavundla obesebenzela esitehsini saseMbongolwane ubehamba nozakwabo beyohlola isimo lapho bekugqekezwa khona endaweni yaseMaqhogo.

Sebebuyela esiteshini, kuthiwa bavinjezelwe yizigebengu ezivele zabulela ngenhlamvu zibahlasela.

Kudubuleke uMavundla imoto abebehamba ngayo yaginqiya yayoshayisa isihlahla washonela khona lapho kanti uzakwabo yena usesibhedlela. 

Abasolwa bathathe izibhamu ezimbili ngaphambi kokuba babaleke.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.