Kubanjwe imoto yemali ngasenyuvesi yaseMpumalanga

2018-04-03 16:01

eMpumalanga - Amaphoyisa aphenya isigameko sokugetshengwa kwemoto yakwa-SBV ngoLwesibili ekuseni eMpumalanga.

Lesi sehlakalo senzeke eduze kwenyuvesi yaseMpumalanga uma ubheke eMbombela.

Lokhu kwenzeke ngezithuba zabo-5h15 ekuseni kanti kuthiwa imoto yohlobo lweMercedes-Benz ifike yashayisa imoto yakwaSB, kubika iLowvelder.

OLUNYE UDABA:Lilinde inhlamvu ekhanda ikhansela elicuthelwayo

Ngemuva kokushayisana kwalezi zimoto, izakhamuzi zakule ndawo zithi zizwe kukhala inganono futhi kwaba khona nokuqhuma okukhulu.

Buqamama nendawo yesigameko, kutholakale iveni lamaphoyisa okukholakala ukuthi lingelasesiteshini saseKomatipoort kukhona nesidumbu sowesilisa ogqoke ivesti yamaphoyisa.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.