Kubanjwe inkunzi abafundi abane eThekwini

2016-08-17 20:29

Durban - Oshayasibhamu bambe inkunzi abafundi abane besikole saseThekwini namuhla.

La bafundi besikole iCurro Embury College High eMorningside babanjwe inkunzi ngoshayasibhamu obaphuce ama-tablets namaselula.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe inkunzi i-supermarket

Encwadini ebhalelwe abazali, owesikole uNks M Vna Zyl uthe, abafundi abane bebehlezi eceleni kwesango lesikole ngesikhathi behlaselwa ngamadoda ngaphandle kwesikole befuna amaselula nama-rablets abo.

"La madoda abehlomile kodwa athi afuna impahla kuphela abengafuni ukuzisebenzisa izibhamu. Abafundi abazange balimale kanti bazolulekwa ngokomqondo. Ukuphepha kwabafundi kubalulekile kuthina uma besanathi. Lesi sigameko sibucayi kanti sizoqinisekisa ukuphepha eskoleni ngokukhulu ukushesha," kusho uVan Zyl, kubika iTimesLive.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.