Kubanjwe inkunzi i-supermarket

2016-08-10 20:30

Durban - Isigebengu sikwazile ukubaleke nemali kanye nempahla ngesikhathi sibamba inkunzi isitolo e-Acaciavale ngoLwesibili.

"Ngezithuba zabo-19:00 izolo ebusuku kungene indoda ebihlomile, yangikhomba ngesibhamu. Ibe isifuna imali.

OLUNYE UDABA: Kubulawe osolwa ngokubamba owesifazane inkunzi

Amakhasimende amabili abesesitolo ngaleso sikhathi akhionjwe ngesibhamu aphucwa amaselula," kusho umnikazi wesitolo uMohammad Hassan.

Kuthathwe isamba semali esingadaluliwe, i-airtime, ugwayi namaselula amakhasimende amabili.

Ngesikhathi kufika amaphoyisa isigebengu besesingasabonwa nedaweni yesigameko, kubika iLadysmithgazette.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.