Kubanjwe kwaboshwa umsolwa obeze ngelinye icala enkantolo

2017-09-11 07:19

Cape Town – Owesilisa uboshiwe ngezinsolo zokubulala umfundi owayenza izifundo kwezokuvakasha, u-Aviwe Jam Jam, ngoJulayi, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngeSonto.

Owesilisa,26, ubevele eNkantolo kaMantshi eKhayelitsha ngoLwesihlanu ngelinye icala lokuzama ukubulala ngesikhathi ebanjwa ngamaphoyisa, kusho uSergeant Noloyiso Rwexana.

Kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi e-Athlone ngomhlaka 20 Septhemba ngecala lokubulala.

OLUNYE UDABA: Abasolwa abane bagebenge i-strip club eKapa

Isidumbu sikaJam Jam satholakala eVygieskraal Stadium, e-Athlone, ngomhlaka 29 Julayi, okuyindawo engamakhilomitha alinganiselwa ku-24 ukusuka kubo.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalulu wavakashela umndeni wesisulu nge-Women's Day.

Izihlobo zikamufi zatshela iNews24 ukuthi wayehlukunyezwa yisoka lakhe leminyaka, anengane nalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.