Kubanjwe nephoyisa laseGoli kwabebezama ukuphanga epulazini

2017-06-22 14:09

Rustenburg – Iphoyisa elineminyaka engu-52 ubudala liboshwe nabasolwa abahlanu ngecala lokuzama ukugqekeza kanye nokutholakala nezikhali ezingekho emthethweni.

La madoda abanjwe epulazini laseWolmaransstad, eNorth West.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Pelonomi Makau uthe leli phoyisa lisebenzela esifundazweni iGauteng kanti liboshwe ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:Nephoyisa lisale enkundleni kubulawa abasolwa abangu-8

Amaphoyisa alunywe indlebe ngemoto yohlobo lwe-VW Polo ebihamba amadoda wodwa iyongena kuleli pulazi.

“Ngesikhathi amaphoyisa efika athole le moto kanye nomsolwa oyedwa esebanjwe ngabalimi. Abasolwa ababili bazinikele emaphoyiseni khona lapho,” kusho uMakau.

Ngesikhathi amaphoyisa esesha imoto yabasolwa, athole amalambu aluhlaza asetshenziswa amaphoyisa, ozankosi kanye nokunye okusebenza uma kuqhutshwa ubugebengu, okubalwa nezibhamu ezimbili ezingekho semthethweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.