Kubanjwe umsolwa wesine kwelokubulawa kowesilisa emsebenzini

2016-08-10 12:31

Durban - Kuboshwe umsolwa wesine ngecala lokubulawa kowesilisa owayezama ukuvikela uzakwabo owayegetshengwa emsebenzini.

Amaphoyisa athi uboshwe ngoLwesibili umsolwa wesine ngelokubulawa kukaHoosen Dhoda ngesikhathi kuphangwa emsebenzini wabo.

UHoosen Dhoda wabulawa ngesonto eledlule ngesikhathi oshaya sibhamu behlasela ehhovisi labo kwinkampani yezokuvakasha.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe owesilisa evikela uzakwabo emsebenzini

Amalunga enkampani yonogada iMagma Security kanye nophiko lweK9 balandele umkhondo womsolwa bamthola eNodwengeni endaweni yase- Applebosch, kubika iNewswatch.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.