Kube muncu kushona umfundi eqeda ukubhalal esikoleni

2016-11-12 16:01

Durban - Lube muncu usuku lwangoLwesihlanu kuwo wonke umuntu esikoleni ngesikhathi umfundi ewa eshayeka phansi eshona ngaphakathi emagcekeni esikole esiseNewcastle.

NgokweSolezwe lo mfundi kuzwakale ukuthi ubekhala ngokuklhathala ngemuva kokubhala iphepha lokuqala lesifundo iLife Science esikoleni iNcandu High ekuseni.

Kuthiwa akekho ongazamanga ukumzisa lo mfundi kodwa ngeshwa washona.

OLUNYE UDABA: Kushone umfundi kudlalwa esikoleni

UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uqinisekise isigameko.

Okhulumela umnyango uSihle Mlotshwa uthe nakubo bebikelwe ngesighameko bebengakayitholi yonke imininingwane kanye nembangela yokushona kwalo mfundi.

Umnyango ube usudlulisa amazwi endunduzo emndenini nabo bonke abasondelene nalo mfundi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.