Kube yimpumelelo ukuhlukaniswa kwamawele abehlangene ngezisu

2017-01-22 08:30

Gauteng – Kube yimpumelelo ukuhlukaniswa kwamwele amantombazane anamasonto amathathu ezelwe abehlangene ngezisu ngoMgqibelo.

Kuthathe amahora angu-6 ukuhlinzwa kwala mawele esibhedlela iNetcare Unit eCenturion, eGauteng.

OLUNYE UDABA: Ashonele endleleni eya esibhedlela amawele abehlangene ngezisu

La mantombazane, Uwenzile no-Uyihlelile Shilongonyane adabuka eSwazini abenesisindo esingu-4.21kg ehlangene ngesikhathi ezalwa ngomthungo ngomhlaka-2 Januwari.

Lezi zingane bezihlangene ngezisu kanti ingane ngayinye ibinenhliziyo yayo kanjalo nezinye izitho zomzimba, okwenze ukuba kungabi nzima ukuwahlukanisa, kusho uDkt uMariza deVilliers noDkt Paul Stevens.

La mawele ngawesibili labo dokotela abawahlukanisile belekelelwa ngabanye.

Amawele ahlukane emini kanti konke kuphothulwe ngaphambi kwezithuba zabo-14:00.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.