Kube yisizini enhle kakhulu, kusho oweChiefs

2016-05-27 17:00

Johannesburg – Injini yeKaizer Chiefs, uWillard Katsande, uvumile ukuthi iqembu alizange lenze kahle kule sizini, kepha wathi kumjabulisile ukushanela imiklomelo kuMakhosi.

IChiefs iqede isizini ishwiba izandla.

UKatsande ubebukeka esefomini enhle kule sizini njengoba eqale imidlalo eminingi namaGlamour Boys, kulo mcimbi wemiklomelo weqembu lo mdlali uhambe neyePlayer of the Season nokuba ngumdlali ovelele ngoFebhuwari, Mashi, Ephreli nangoMeyi.

OLUNYE UDABA: Singasivikela isicoco seligi - Katsande

Lo mdlali odabuka eZimbabwe uthi: “Kube yisizini engeyinhle kithina njengeqembu, kodwa sesidlulile kulokho manje njengoba sesizilungiselela isizini ezoqala,” esho etshela iSiya crew.

UKatsande akazange akhohlwe ukubonga iqembu lakhe ngokutshengisa ukuyibona imisebenzi yakhe emihle ngokuthi limbonge ngemiklomelo.

“Ngiswele imilomo eyizinkulungwane ukuze ngibonge, Ngibe nesizini enhle kakhulu," esho.

Lo mdlali nguye ohambe phambili ngamagoli kuChiefs ngamanqaku ayisikhombisa ku-PSL.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.