Kubhekwe isinqumo ngodaba lwama-spy tape

2017-10-13 09:31

Johannesburg – INkantolo eNkulu yokudluliswa kwamacala eBloemfontein ngoLwesihlanu izokhipha isinqumo ngodaba oseludonse iminyaka lwama-spy tape.

UMengameli Jacob Zuma kanye neNational Prosecuting Authority (NPA) baphikisa isinqumo sango-2016 seNkantolo eNkulu.

Lesi sinqumo saguqula ese-NPA sokuhoxisa amacala angacishe afinyelele ku-800 enkohlakalo nawokukhwabanisa ayebhekene noMengameli Zuma.

Ngenyanga edlule, abameli baZuma bavuma ukuthi isinqumo sokuhoxisa amacala sasingenzi mqondo ophusile.

OLUNYE UDABA: Inkantolo ichithe icelo samakhansela axoshwa yi-EFF

Ummeli uChrispen Machingura uthe ngemuva kwesinqumo sangoLwesihlanu, wonke amehlo azobe esebheke i-NPA.

Uthe konke kuzobuyela ezandleni ze-NPA ukuba ithathe izinqumo sokuthi iqhubeke yini noma chaza necala.

UMachirunga uthe uma inkantolo isichitha isicelo sikaZuma ne-NPA, kodwa i-NPA ithathe isinqumo sokungaqhubeni nokushushisa, ngokwakhe okungenzeka ukuba uZuma ashushiswe kuphela ngabazimele.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.