Kubhidlike umshado ngenxa kaWhatsapp

2016-05-12 11:36

Johannesburg - Kubhede izinto emshadweni ubaba wekhaya ebamba isithombe senkosikazi yakhe iqabulana nowesilisa okubukeka sengathi abagqokile ngasenhla, kubika iphephandaba iLANGA.

UJerome Zulu, 65, waseNtuzuma, enyakatho yeTheku, ukhala ezimathonsi ngomkakhe, uThandi Zulu, odabuka KwaMashu amsola ngokumjolela nowesilisa ongumakhelwane, eligodliwe igama lakhe.

UJerome uthi izinkinga ziqale ngemuva kokushona kwenkosikazi yeshende lomkakhe ngonyaka odlule.

Uthi umkakhe ubengasapheli kamakhelwane ethi uyosiza ngokududuza umndeni.

UJerome uthi ubesezwa ngomakhelwane bethi engathi umkakhe usemduduza ngezinye izindlela umakhelwane.

Funda nalolu daba: Babuyela enkantolo abasolwa ngokunukubeza ingane

Kuthiwa umka Jerome wayejwayelene kakhulu nomufi, unkosikazi kamakhelwane.

UJerome uthi kwesinye isikhathi bekuze kushe amabhodwe umkakhe elibele uWhatsapp, kwesinye isikhathi ubeseluphendulela emnyango ucingo lwakhe.

Uthi ifoni yomkakhe uyithole ihleli kabi, wayithatha wayivula, nokuyilapho ebone khona izithombe zomkakhe nale ndoda benqunu.

UJerome uthi umkkahe usekhethe ukubuyelakubo ngoba esaba ukuthi uzomenzakalisa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.