Kubi ezinganeni ezimbili kwezingu-16 ezitinyelwe yizinyosi

2017-01-19 07:36

Durban – Izingane ezingu-16 zitinyelwe yizinyosi ngoLwesithathu ntambama esikoleni esiseMkhomazi, ogwini oluseningizimu yeKwaZulu-Natal, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo e-KZN, uRobert McKenzie, uthe abosizo lokuqala babizelwe esikoleni ngezithuba zabo-14:30.

“Kuthe uma befika bathola izingane eziningi zitinyelwe yizinyosi.”

OLUNYE UDABA: Kusinde abazali izingane zisha nomjondolo

“Sibone izingane ezingu-16 esikoleni (zitinyelwe yizinyosi) sahambisa ezingu-12 esibhedlela. Ezimbili kuzona bezisesimeni esibucayi kanti eziyishumi azilimalanga kakhulu futhi zisesimeni esethembisayo,” kusho uMcKenzie.   

Izingane ezilimele zineminyaka ephakathi kwengu-8 kuya kwengu-15 ubudala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.