Kubikwa isiminyaminya zonke izingxenye zezwe

2017-12-23 10:22

Cape Town – Senyuka ngesivinini isiminyaminya kuyo yonke imigwaqo emikhulu yakuleli njengoba abavakash belungiselela ukuya emaholidini.

Ingozi ebandakanya izimoto ezintathu ezincane neloli ku-N1 ngaseBeaufort West, eWestern Cape, kubikwa ukuthi idale ukuthi izimoto zime nse ngoMgqibelo ekuseni kule ndawo.

Okhulumela ezokuthutha eWestern Cape uKenny Africa uqinisekisile ukwenzeka kwale ngozi, wathi kodwa akuzange kushone muntu, wathi kodwa isiminyaminya sikhulu ku-N1 ngenxa yale ngozi.

OLUNYE UDABA: Sekunesiminyaminya ku-N1, N3 naku-N4, kanti namaphoyisa ahlome ayizingovolo

"Lesi sikhathi sonyaka vele sijwayele ukudala isiminyaminya emgwaqeni eBeaufort West manje nale ngozi isidale isimo saba simbi,” kusho u-Africa.

I-EWN Traffic ibike ukuthi le ngozi ibambezele ukuhamba kwezimoto cishe ngehora.

Khonamanjalo eMpumalanga, umngcele iLebombo Border Post ohlukanisa izwe neMozambique ubunesiminyaminya esikhulu ngoMgqibelo ekuseni, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi.

"Abantu kumele balindele ukubambezeleka,” kusho okhulumela uMnyango uJoseph Mabuza.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.