Kubikwa ukuthi lishaya ibuya iGazi

2017-01-31 16:03

Johannesburg - Uphezu kokuqopha isizini yesibili umdlalo oyintandokazi kwabaningi kumabonakude, iGazi, otshengisa kuMzansi Magic.

Ngesikhathi lo mdlalo uphela ngoJulayi wangonyaka ophelile, kwaphayiza ilambu elibomvu ezinkundleni zokuxhumana abalandeli besafuna uqhubeke.

OLUNYE UDABA: UKelly Khumalo ukhuza ibuya kuRhythm City

Abalingisi u-Anga Makhubalo, uZenande Mfenyana noZikhona Sodlaka, bobathathu basabalalise izithombe ezinkundleni zokuxhumana betshengisa okuqhubekayo ngale kwamakhamera.

Yize kunjalo, uBongi Ptwana-Metsing okhulumela iMzansi Magic uthe basaphezu kwamalungiselelo okuphothula inkontileka wangafuna ukunaba kakhulu ngomdlalo.

"Okwamanje akukho okusaqinisekisiwe. Imininingwane kufanele ibe isiphumile emasontweni amabalwa ezayo," usho njalo.

IZITHOMBE:

Are you ready for more havoc in season 2? #nomarussia #bantu #goodVSevil

A photo posted by NaakMusiq (@iamnaakmusiq) on

1st day back on set with this guy...????

A photo posted by Zenande Mfenyana (@zenandemfenyana) on

That time again.... ?? Season 2. #whenwemaketelevision

A photo posted by Zikhona Sodlaka (@zikhonasodlaka) on

It's that time again. ?? King x Queen Mother ????

A photo posted by NaakMusiq (@iamnaakmusiq) on

 - Drum

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.