Kubikwe isigameko sokugwaza ebhasini eThekwnini

2016-04-28 18:32

Durban – Iqembu labasolwa lingene ebhasini ebithwele izingane zesikole lisuka eNtuzuma libheke ePhoenix zagwaza kwasani, kusho abaqaphe ubugebeng ePhoenix.

IForum yomphakathi ibhale enkundleni yezokuxhumana iFacebook ukuthi kushaqwe izikhali ezidluliselwe emaphoyiseni. Akucacanga ukuthi bekumayelana nani.

"Abe-KZN VIP Medics  badlulisele abalimele esibhedlela. Kubandakanyeke abafundi bezikole ezahlukene," kusho lo mbhalo.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ugwaze wabulala umfundi walimaza nabanye

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uMajor Thulani Zwane uthe njengoba kubikwe lezi zinsolo belingakavulwa icala.

Okhulumela umnyango wezemfundo esifudazweni uMuzi Mahlambi uthe uma kuwukuthi lezi zinsolo ziliqiniso, abazali kufanele bazihlole izikhwama zezingane nsuku zonke.

"Kufanele bazilalele izingane zabo uma zibabikela ngezigameko zokushaywa nokuchukuluzwa ngabanye abafundi," kusho uMahlambi.

"Akufanele bazichilize, ikakhulukazi izingane zabafana ngoba uma abazali bengazilaleli bazozilwela."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.