Kubonakale inja igijima nekhanda lomuntu emlonyeni e-KZN

2018-04-12 12:37

Durban - Kutholakale isidumbu esesonakele esingenakhanda okukholakala ukuthi ngesowesifazane endaweni yaseMandeni KwaZulu-Natal (izolo) ngoLwesithathu, kubika iZululand Observer.

Lokhu kuza ngemuva kokuba amaphoyisa ebikelwe ngenja egijima nekhanda lomuntu emlonyeni ngoLwesibili ebusuku.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu esingenakhanda eKapa

Izolo amaphoyisa ophiko lwezinja iK9 eMpangeni ajutshwe emzini womnikazi wenja ngokushesha.

Isidumbu esingenakhanda sitholwe emfuleni ongashoni.

Amaphoyisa abengakakuqinisekisi ukuthi isidumbu nekhanda ngokomuntu oyedwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.