Kubonwa ngokusa enganeni eshe ekhaya kubo

2015-01-16 08:20
Johannesburg - Usesimweni esibucayi esibhedlela saseSoweto umfana oneminyaka eyisikhombisa ubudala, oshe kabuhlungu kosiwa ekhaya kubo.

Ngokusho kwabezindaba zephephandaba iBeeld, ingane ilimale kusha ekhaya kubo.

U-Arno van Greuenen, bekumele ayoqala uGrade 2, esikoleni iLaerskool Voorwaarts,eMeyerton.

Funda nalolu daba: Kushone ingane kuxabana abashadikazi

Esikhundleni salokho, udla ngamapayipi esibhedlela iChris Hani Baragwanath.

Ngokusho kowabahambisa usizo, ubaba wengane uqhunyelwe yisigujana sejeli yokulayitha umlilo, ngesikhathi iqhuma, ingabe ibidlula ngakuye yase ichaphazeleka.

U-Arno uthole ukulimala esiswini, isezandleni, isesifubeni kanjalo nasebusweni kwathi ubaba wakhe walima esandleni nasebusweni kuphela.

Umndeni ubezama ukosa ngesikhathi uvelelwa yinhlekelele.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.