Kubonwa ngokusa kwezinye zezingane ezibandakanyeke engozini

2017-08-29 11:07

Johannesburg – Owezokuphepha kuMasipala waseGoli, uMichael Sun, uthi izingane ezingu-8 zisasesibhedlela kanti ezimbili kuzona zisesimweni esibucayi ngemuva kokuba imoto ebezihamba ngayo ibandakanyeke engozini eSoweto.

Zingu-13 izingane, okubalwa kuzona neneminyaka emine ubudala, ezithole ukulimala ngesikhathi umshayeli wemoto eshayisa isihlahla eMeadowlands ngoMsombuluko ekuseni.

Umshayeli uboshiwe ngecala lokushayela ephuzile.

OLUNYE UDABA: I-BLF yeseke 'umbhikisho' wabafundi eThekwini

USun uthi amaphoyisa kaMasipala waseGoli azoqhubeka nokubonakala emigwaqeni namuhla.

“Enye yezingane esikhulume nayo ithe ibone umshayeli ephethe ibhodlela lotshwala, kuyathusa kakhulu lokho. Sidinga abazali ukuba baqaphele.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.