Kuboshelwe ngezinkakha kowamaNtshontsho

2017-03-17 19:32

Durban - Amaciko aphuma ezindaweni ezahlukene azoqhudelana kuMantshontsho kaMaskandi Awards azokwenzelwa eDurban Convention Centre ngomhlaka 1 ku-Ephreli  ngehora lesithupha ntambama.

Umsunguli walomcimbi uMlamuli Nxele uthe uzokuba sohlelweni lukaSigiya Ngengoma Okhozini FM ngoMgqibelo lapho azokwenaba khona ngemininingwane yalo mcimbi.

“Okuzothatha amehlo kulo mcimbi wukusina kudedelana enkundleni kwezinkakha ezifana noPhuzekhemisi, Ihhashi Elimhlophe, uShwi noMntekhala enkundleni lapho zizobe zifolosa phambili,” kusho uMnuz Nxele.

Uthi kulo mcimbi kuzoboshelwa nezinye izinkunzi eziyi-6 zikamaskandi ezizotshakadula zikhombisa ngobuciko besigingci nokubaluleka kwaso.

Uthi izinkakha ezifana noPhuzekhemisi sekunesikhathi zizilungiselela ukunandisa kule miklomelo osekungeyesine yenzeka, okulindeleke izihlwele zabathandi balomculo.

OLUNYE UDABA:USgwebo uzowubeka kwelinye izinga umaskandi

“Siyazi ushuni nesitayela saseNingizimu nesifundazwe kuhambisana nentambo yesigingci yangakhona engafani neyasenyakatho. Amathikithi aqala ku-R150 kuya phezulu kanti aseyatholakala kuma-computicket,” kusho uNxele.

Uphethe ngokuthi uyazi ukuthi legenge encane kamaskandi ingafunda lukhulu kulezi zinkakha ngezinto ezithinta lemboni kanjalo nezinkakha zingafunda okuningi ngokumakethwa kwalo mculo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.