Kuboshwe 11 bengqubuzana namaphoyisa eGoli

2016-07-23 11:02

Springs - UVishnu Naidoo okhulumela amaphoyisa ukuqinisekisile ukuthi amaphoyisa ophiko lwe-SAPS National Intervention Unit (NIU) lubambe izigebengi zigcwele itekisi.

Lolu phiko lulunywe indlebe ngabasolwa abaphethe izikhali nokuyilapho bavimbe khona itekisi ebigcwele amadoda ngasejele.

“Kusolakala ukuthi abasolwa bangabavukuzi basezimayini abamba ngokungemthetho kanye nalabo abababiza ngonodaba babo,” kusho uNaidoo.

OLUNYE UDABA:Kubulawe abasolwa abathathu eThekwini

Kuthiwa abavikeli babo iqoqo lamadoda adabuka KwaZulu-Natal kanti yibona abavulele ngenhlamvu ngesikhathi bemiswa amaphoyisa.

Kudutshulwe abasolwa abahlanu kwashona oyedwa wesithupha, kulimale nephoyisa elilodwa.

Abasolwa abalimele kabi baphuthunyiswe esibhedlela lapho begadwe khona ngamaphoyisa, kubika iSprings Advertiser.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.