Kuboshwe 2 ngesehlakalo sokudutshulwa kwabantu abane

2017-01-25 07:14

Cape Town – Abesilisa ababili baboshiwe ngesehlakalo sokudubula esenzeke eKraaifontein lapho kulimale khona abantu abane, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesibili.

Abesilisa abane bebezimele kuDahlia Street, eScottsville, ngeSonto ngesikhathi kuqhuma isibhamu, kusho uSergeant Noloyiso Rwexana.

Abesilisa ababili abaneminyaka engu-18 nengu-21 ubudala baboshwe ngoMsombuluko ngosizo lomphakathi.

OLUNYE UDABA: Owesilisa udutshulwe wabulawa phambi kwentombi

Akukacaci kahle ukuthi bekwenzenjani kuze kudutshulwa.

Abesilisa bazovela enkantolo uma sebethweswe cala lokuzama ukubulala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.