Kuboshwe 3 ngokutholakala nemfuyo eyebiwe

2016-07-26 08:34

Bloemfontein - Akhalelwe ngamasongo kaSigonyela amadoda amathathu ngemuva kokubanjwa nemfuyo eyebiwe ngempelasonto, kusho amaphoyisa aseFree State ngoMsombuluko.

La madoda aboshwe ngemuva kokuba amaphoyisa encinzwe indlebe ngabanikazi bamapulazi abebesola iloli e-Edenville eFree State ngeSonto ekuseni, kusho uSergeant Ian Gaobepe.

OLUNYE UDABA: Bavelile ngelokweba imfuyo eKZN

Amaphoyisa amisa la madoda ayehamba ngeloli elimhlophe ku-R271 ngaphandle kwaseKroonstad ase esthola iziklabhu ezingu-44 ngemuva kweloli.

"Kwatholakala iziklabhu zomnikazi wepulazi iSpringvale endaweni yase-Edenville.

La madoda lindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseKroonstad ngecala lokutholakala nemfuyo eyebiwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.