Kuboshwe 4 ngezinsolo zokubulala eWorcester

2017-08-17 12:31

Cape Town - Kuboshwe abantu abane eWorcester ngemuva kwezinsolo zokuthumba nokudubula indoda.

La madoda asolwa ngokuthatha le ndoda emzini wayo ose-Ashton ngaphambi kokuyidubula amahlandla amathathu.

Le ndoda itholwe ngemuva kwesikhashana eBonnievale yaphuthunyiswa esibhedlela.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe 4 wamaphoyisa asolwa ngenkohlakalo

Okhulumela amaphoyisa u-Andre Traut uthe: "Abasolwa abane abaneminyaka ephakathi kwengu-26 nengu-34 ubudala, baboshiwe bathweswa icala lokuthumba, ukubulala nokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni.

"Bathumba indoda, 30, bayidubula e-Ashton. Babe sebebaleka endawnei yesigameko, base beboshwa. Kulindeleke ukuba bavele enkantolo ngoLwesihlanu."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.