Kuboshwe 53 wabantu kuqhubeka isiteleka samatekisi eKapa

2017-09-19 19:28

Cape Town - Kuboshwe abantu abangu-53 endaweni yaseNyanga, eKapa ngesikhathi kuqhubeka isiteleka esinodlame sosomatekisi, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesibili.

"Amalungu omphakathi athole ithuba lokuzitapela impahla ezitolo zendawo ngesikhathi kuqhubeka lesi siteleka," kusho okhulumela amaphoyisa uHenrietta van Niekerk.

OLUNYE UDABA:Kumiswe isiteleka samatekisi eTshwane

"Kula macala abasolwa ababoshelwe wona kubalwa elokuphanga, ukucekela phansi impahla, ukudala udlame emphakathini nokutholakala nempahla eyebiwe."

Abasolwa baneminyaka ephakathi kwengu-18 nengu-25 ubudala, kanti kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yase-Athone kusasa (ngoLwesithathu).

 
– African News Agency (ANA)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.