Kuboshwe 7 wabantu ngokushiswa komuzi wekhansela

2016-07-12 11:32

Johannesburg – Kuboshwe abantu abayisikhombisa abaphakathi kweminyaka kwengu-23 kuya kwengu-45 ubudala ngezinsolo zokuthi bayathinteka embhikishweni onobhame okwacekelwa phansi kuwona umuzi wekhansela kwashisa nemoto, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesibili.

Okhulumela iSouth African Police Service (SAPS) uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthi abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseMhlali ngoLwesibili.

Abasolwa baboshwe ngemuva kophenyo lwabaseshi ngodlame lomphakathi nangokucekelwa phansi kwempahla okwenzeka eShakas head eMhlali.

Funda nalolu daba:  Ababhikishi bavale umgwaqo u-N2 ekuseni

UZwane uthe isehlakalo senzekala ngoFebhuwari kulo nyaka.

"Abaseshi kubathathe izinyanga ezilinganiselwa kwezinhlanu ukuba baqoqe ubufakazi basebekwazi ukuthungatha abasolwa endaweni,” usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.