Kuboshwe 8 wabasolwa ngokudlwengula nokubulala eKapa

2018-01-04 12:34

Cape Town - Kuboshwe abasolwa abangu-8 endaweni yaseNyanga ngokubandakanyeka kwabo emacaleni okudlwengula nokubulala.

Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthe abasolwa baboshwe ngempelasonto.

Amaphoyisa athi abasolwa abangu-6 baboshelwe amacala okudlwengula, amabili okubulala nelokuzama ukudlwengula.

OLUNYE UDABA:Ziyikhalele indoda eyazama ukudlwengula isangoma emgidweni

Omunye wabasolwa oneminyaka engu-25 ubudala waboshwa ngemuva kwezinsolo zokudlwengula umfana izinsuku ezimbili ngaphambi kwaKhisimusi.

UVan Wyk uthe omunye umsolwa oneminyaka engu-20 ubudala yena waboshwa ngemuva kwezinsolo zokudlwengula intombazane eyayilibangise kubo kamngani wayo eSamora Machel ngoLwesine olwedlule.

"Abasolwa abangu-7, abaneminyaka ephakathi kwengu-20 nengu-38 ubudala, bavele enkantolo yemantshi yase-Athlon ngecala lokubulala nokudlwengula. Bazophinde bavele enkantolo kuleli sonto ngamacala okudlwnegula."

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.