Kuboshwe ababili betholakala nezibhamu ezintathu eBergville

2016-12-06 14:32

Bergville - Uphiko oluphenya ubugebengu obuhleliwe lubambe abasolwa ababili betholakala nezibhamu ezingekho emthethweni.

Lokhu kube ngenxa yokusebenza ngokubambisana kwamaphoyisa aseLadysmith, eNewcastle kanye nasePietemaritzburg, achithe usuku lonke ngomhlaka 4 kuDisemba bethungatha laba basolwa.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa acela kubuyiswe izibhamu zasebashona

Amaphoyisa abambe laba basolwa abaneminyaka engu-30 nengu-35 ubudala benezibhamu ezintathu zohlobo lwe-9mm kanye nomagazini.

Laba basolwa bazovela phambi kweMantshi yaseBergville kungekudala, kubika iLadysmith Gazette.

– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.