Kuboshwe ababili ngawokugqekeza eMnambithi

2017-02-04 09:00

Ladysmith - Kuboshwe abantu ababili ezigamekweni ezimbili ezahlukene zokugqekeza emzini yabantu endaweni yase-Obsevation Hill.

Isigameko sokuqala senzeka ngoMsombuluko, ngomhlaka-23 Januwari kuLouis Botha Road kwebiwa impahla.

OLUNYE UDABA: Ushonile oshaywe wumphakathi umsola ngokugqekeza

Kwakhala i-alamu le ndoda yajahwa yabanjwa. Umnikazi womuzi washayelwa ucingo ebikelwa ngodaba.

Isigameko sesibili senzeka ngoLwesihlanu, ngomhlaka-27 Januwari, kwagqekezwa amakilasi amathathu esikoleni esisendaweni kwebiwa impahla nemali.

Kwaboshwa umsolwa oneminyaka engu-19 ubudala ngesigameko.

Abasolwa babhekene namacala okugqekeza ngenhloso yokweba.

 - Ladysmithgazette

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.