Kuboshwe ababili ngecala lokubulalwa kowesifazane

2018-04-02 11:50

Johannesburg - Kuboshwe abasolwa ababili ngeSonto ngecala lokubulawa kowesifazane oneminyaka engu-25 ubudala eNgcobo, esifundazweni i-Eastern Cape.

Abesilisa ababili, obaneminyaka engu-35 nengu-45 ubudala, ababoshiwe, batholakale nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.

"Kusolwa ukuthi umufi wayehamba ngemoto yakhe. Nokwathi esendlelni, wahlangabezana neninga kwaphoqeleka ukuba ayimise imoto, kwafika abantu ababili benza sengathi bazomsiza,” kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Namhla Mdleleni.

OLUNYE UDABA: Ubulawe ngamalungu omphakathi umshayeli 'obulale' abantu abangu-6 e-KZN

"Bakhipha isibhamu sohlobo lwe-9mm, bamdubula amahlandla amaningi.”

Owesifazane waphuthunyiswa e-All Saints Hospital nokuyilapho ashonela khona.

Bobabili abasolwa bazovela eNkantolo kaMantshi eNgcobo ngoLwesibili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.