Kuboshwe ababili ngemumva kokudubulana namaphoyisa

2016-11-16 12:30

Durban – Kuboshwe abesilisa abane kulandela isigameko sokusukelana kanye nokudubulana namaphoyisa eMayville, eThekwini, ngoLwesibili ebusuku.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Thembeka Mbhele, uthi amaphoyisa amabili abehlola isimo emgwaqeni uFelix Dlamini (Brickfield) Road ngenkathi ethola imoto ebibukeka isolisa.

OLUNYE UDABA: Kuxoshwe amaphoyisa amabili ngokufa komuntu esitokisini

Kuthiwa ngenkathi amaphoyisa ezama ukumisela eceleni umshayeli wayo, imoto ivele yasuka ngesivinini esikhulu.

“Amaphoyisa abahubhile, abasolwa badubula bebhekise emaphoyiseni nawo abuyisele ngokudubula. Amaphoyisa adubule amasondo emoto nokudale ukuthi ime nse,” usho kanje.

UMbhele uphinde waveza nokuthi kulimale umuntu obezimele ngenkathi kudutshulwana, kodwa akakwazanga ukuphawula ngokuthi ulimale kangakanani.

“Kutholakale isibhamu sohlobo lweNorinco komunye wabasolwa. Abasolwa baboshelwe ukuzama ukubulala kanye nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni. Bazovela enkantolo maduzane,’ kuqhuba uMbhele. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.