Kuboshwe ababili ngokubulala umshayeli webhasi eKapa

2017-09-29 16:01

Cape Town - Sekuboshwe abasolwa ababili ngokubulala umshayeli webhasi lakwaGolden Arrow ngempelasonto edlule. Lo mshayeli waleli bhasi wadutshulwa esigamekweni sokuphanga, eZwelitsha, eNyanga.

Kuthiwa ngemuva kwalokho ibhasi labe seliphaphalaza layongena emizini emibili.

Ngokusho kwamaphoyisa, abasolwa baboshwe ngoLwesihlanu ekuseni.

OLUNYE UDABA:Ibhasi lingene emizini yabantu, kubulawa umshayeli

Omunye umsolwa uboshwe ngesikhathi ehamba epulazini iBrowns Farm, omunye waboshwa ekubo. La basolwa ngabase-Old Location naseNew Crossroads.

Abasolwa kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yase-Athlone ngoMsombuluko ngecala lokubulala.

Umsolwa wesithathu usagcwele amathafa.

 - IOL

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.