Kuboshwe ababili ngokubulawa komlimi eKZN

2016-07-10 14:02

Greytown – Kuboshwe abafana ababili ngokubulala umlimi oneminyaka engu-49 ubulala epulazini laseGreytown, KwaZulu-Natal, kusho amaphoyisa ngeSonto.

Abasolwa basangamabhungu, aneminyaka engu-18 ubudala, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane, oqhube wathi uphenyo luyaqhubeka ngenhloso yokuthola ukuthi ngabe akhona yini amanye amacala okubulala abathinteka kuwona endaweni.

Funda nalolu daba: 'Hlukanani nokuhlukumneza iziguli'

“Izimpahla ezifana ne-laptop, iselula kanye nezinye izinto ezebiwa endaweni yesehlakalo ngesikhathi sokuphanga, zitholaklele ngesikhathi beboshwa abansolwa,” usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.