Kuboshwe ababili ngokubulawa kukasomabhizinisi nomsizi wakhe

2018-01-09 07:30

Tzaneen – Kuboshwe amadoda amabili eTzaneen, eLimpopo, ngamacala amabili okubulala kanye nelokuduna imoto.

La madoda asolwa ngokuduna imoto kasomabhizinisi waseGiyani ehamba nomsizi wakhe ngoDisemba.

Laba baneminyaka engu-32 no-53 ubudala baboshwe ngoLwesihlanu nangeSonto ngemuva kokuba amaphoyisa aphume umkhankaso wokubathungatha.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe ukhiphe isitatimende sokuthi usomabhizinisi uSalim Vali Patel, 44, kanye nomsizi wakhe oneminyaka engu-31 ubudala uVictor Baloyi waseNoamitoa, bebelibangise eNwajaheni besuka eGiyani, kodwa kabazange bafike lapho bebeya khona.

OLUNYE UDABA:UMbalula kumele angenelele ngokushesha kokwenzeka eMnambithi - DA

Kwatholakala ngokuhamba kwesikhathi ukuthi imoto yabo iduniwe.

Izidumbu zabo zatholakala esikhotheni ngomhlaka-28 Disemba zinamanxeba okulimala kabi.

Laba bazovela phambi kweNkantolo yeMantshi yaseNkowankowa kungekudala, kodwa uphenyo luyaqhubeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.