Kuboshwe ababili ngokudutshulwa kwengane, 4

2018-04-19 12:32

Cape Town – Amaphoyisa abophe abasolwa ababili ngecala lokubulawa kwengane yentombazane eneminyaka emine ubudala e-Uitsig.

Intombazane idubuleke esigamekweni okukholakala ukuthi sihlobene nodlame lwabamaqembu ezigelekeqe ngoLwesithathu.

Abasolwa baboshwe ekuseni ngoLwesine.

Amaphoyisa andise isibalo sawo endaweni ngemuva kwesigameko sokudubula.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe ingane, 4, kwesokudubulana kwezigelekeqe

Umholi womphakathi wase-Uitsig uDavid van Wyk uthi ziyanda izigameko zokudubulana okuhlobene namaqembu ezigelekeqe kule ndawo.

“Asazi ukuthi senzenjani njengabaholi ngalo mphakathi, ngoba amaphoyisa nawo afika athwale izandla ekhanda. Ama amaphoyisa uma efika, izigebengu ziyawadubula nawo.”

Uthe uhlele ukuvakashela umndeni ngoLwesine.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.