Kuboshwe ababili ngokugebenga abantu ku-N2

2018-04-06 16:03

eGoli -  Amaphoyisa kaMasipala eKapa abophe abasolwa ababili ngokugebenga abantu ababehamba ekhoneni lika-N2 nomgwaqo uSteve Biko, eMontana.

Laba basolwa baneminyaka engu-22 no-28 ubudala baboshwe ngoLwesihlanu ekuseni.

Kuthiwa bobabili laba basolwa batholakale behlome ngemimese.

OLUNYE UDABA:Usenkantolo uthisha osolwa ngokunukubeza ngokocansi abafundi

Okhulumela uMasipala uZelda Martin uthe: "Lokhu kubonakale egunjini lapho kulawulwa khona wonke ama-CCTV emigwaqo emikhulu.

"Amaphoyisa aphuthume endaweni yesigameko abamba laba basosolwa kwathathwa nezikhali zabo."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.