Kuboshwe ababilli ngokubulawa kwentombazane, 5

2017-07-31 16:01

Cape Town – Amaphoyisa asebophe abasolwa ababili, oneminyaka engu-19 nomunye onengu-30 ubudala, ngecala lokubulawa kwentombazanyana eneminyaka emihlanu ubudala eRiebeek West, enyakatho yeKapa.

Okhulumela amaphoyisa, uSergeant Noloyiso Rwexana, uthe abasolwa baboshwe ngemuva kokusebenzisana kwawo namalungu omphakathi kulandela ukutholakala kwesidumbu sentombazanyana epulazini elisendaweni ngezithuba zabo-17:00 ngeSonto.

URwexana uthi ukusebenzisana kube nezithelo ezinhle njengoba umphakathi ulethe emaphoyiseni umsolwa ukuze ezoboshwa ngecala lokubulawa kwentombazanyana eneminyaka emihlanu ebusuku. 

“Ngemuva kokulandela umkhondo, kuphinde kwaboshwa omunye umsolwa ngecala elifanayo.”

OLUNYE UDABA: Kutholwe isidumbu sowesilisa siboshwe izandla nezinyawo

Kukholakala ukuthi intombazanyana ibulawe ngalo iSonto.

Ngokwemibiko, ugogo wengane ubike ukuthi udukelwe yingane ngalo iSonto.

Abasolwa bazovela eNkantolo kaMantshi eMalmesbury ngo-Agasti 1, ngecala lokubulala.

- ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.