Kuboshwe abahlanu ngokushiswa kwebhasi lithwele abasebenzi

2018-04-04 16:03

eGoli - Amaphoyisa aseLimpopo abophe abantu abahlanu ngesigameko sakuleli sonto sokushiswa kwebhasi labasebenzi basemayini eDriekop.

Kulesi sigameko, kushone abantu abayisithupha kwalimala abantu abangu-28 ngesikhathi kuqhunyiswa ibhasi ngebhomu likaphethiloli ngoMsombuluko.

Leli bhasi belisuka emayini iModikwa Platinum Mine phandle kwaseBurgersfort.

Kusungulwe ithoimba elikhethekile lamaphoyisa aphenya ngalesi sigomeko.

OLUNYE UDABA: Uhulumeni wase-KZN wamukele isigwebo sobebhekene nawokubulala eGlebelands

Yize abasolwa beboshiwe, imbangela yalesi sigameko kayaziwa okwamanje.

Okhulumela amaphoyisa uMotlaefela Mojapelo uthe abasolwa bazovela enkantolo ngoLwesine.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.