Kuboshwe abaholi ababili be-ANC eGauteng

2016-05-23 11:31

Johannesburg - Bangase bamiswe abaholi ababili be-ANC eGauteng kulandela izinsolo zokubandakanyeka kubugebengu ngempelasonto.

USiphiwe Shabangu oyiPhini likaSihlalo wewadi 67 eGoli  okubalwa kulo indawo yaseYeoville usolwa ngokubamba inkunzi umuntu, emphuca iselula nemali eyisamba esingadaluliwe ngoLwesihlanu ebusuku.

Umngani wakhe ongusihlalo walo leligatsha uVusi Mhlongo uboshwe ngemuva kokungaboni ngaso linye namaphoyisa ngesikhathi ezama ukuvimba amaphoyisa ukuba angamubophi uShabangu.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owe-ANCYL ngelokubulala intombi

"UShabangu uboshelwe icala lokubamb inkunzi nokucekela phansi impahla kanti uMhlongo yena uboshelwe icala lokuphazamisa amaphoyisa emsebenzini wawo nelokuthuka imnhlamba ngesikhathi kuboshwa umsolwa wokuqala," kusho uSergeant Mduduzi Zondo.

UJolidee Matongo okhulumela i-ANC eGoli uthe la madoda womabili azomiswa ngokwemiphumela yecala, kubika iThe Star.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.