Kuboshwe abane umphakathi utelekela izindlu

2018-02-27 06:58

Cape Town – Kuboshwe abantu abane ngesikhathi umphakathi uvuka umbhejazane utelekela izindlu.

Lokhu kwenzeke elokishini laseGugulethu ngoMsombuluko lapho abantu bebefuna ukuwuthatha ngo-dli umshaba.

NgoMsombuluko ekuseni, kuvalwe okwesikhashana uthela-wayeka u-N2 ngenxa yalo mbhikisho.

NgeSonto kwalinyazwa inxanxathela yezitolo kwashiswa nemoto ngesikhathi kubhikishwa.

OLUNYE UDABA:Kuphinde kwama ukusebenza komunye umbhikisho eVuwani

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk uthe amaphoyisa ophiko oluqinisekisa ukuthula emphakathisi asasiqabpile isimo njengoba kubhikisha amalungu omphakathi angaphezu kuka-100.

"Bekushiswa amasondo ezimoto emgwaqeni. Ababhikishi bahlasele amabhizinisi ambalwa beshina nezimoto eNY108,"kusho yena.

Uthi lawa malungu omphakathi angene ngo-dli eyohlala emhlabeni obungasetshenziswa. Laba ababoshiwe bazovela enkantolo kungekudala.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.