Kuboshwe abangu-20 ngokushayela bephuze oludakayo eW Cape

2016-07-25 11:33

Cape Town - Kuboshwe abashayeli abangu-20 esifundazweni saseWestern Cape ngempelasonto ngokushayela ngaphansi kwencindezi katshwala.

Amaphoyisa abambe izivimbagwaqo eziningi esifundazweni njengengxenye yomkhankaso wokuphepha oqhubekayo womnyango.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abangu-22 eGauteng

Omunye wabashayeli obecwile ezinkambini zikaFaro ubebandakanyeke engozini ephume nomphefumulo.

NgoMgqibelo kuboshwe abantu abangu-4 ngophuzo oludakayo. UKaques Mostert wamaphoyisa omgwaqo eWstern Cape unxuse abashayel;i ukuba bengashayeli bephuzile.

Uphinde wanxusa labo abebeyobukela ibhola lombhoxo eNewlands ukuba baqaphele.

Kodwa izolo kuboshwe abantu abangu-16 ngokushayela becwile ezinkambini, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.