Kuboshwe abangu-484 ngempelasonto eGauteng

2018-01-08 14:05

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng abophe abasolwa abangu-484 ngempelasonto ngamacala ahlukene njengengxenye yomsebenzi wokugcina idolobha liphephile ngamaholidi.

Okhulumela amaphoyisa eGauteng uCaptain Kay Makhubele uthe amaphoyisa aseSedibeng abophe umuntu osolwa ngokubulala ngoMgqibelo athola nesibhamu okukholakala ukuthi yiso esasetshenziswa ukubulala.

UMakhubele uthe abanye abasolwa baboshwe eGauteng ngamacala okubalwa kuwo; elokuphanga, ukuzama ukubulala, ukutholakala nezidakamizwa, ukushaya, ukushayela uphuze utshwala, ukubamba inkunzi nokutholakala nezimoto ezebiwe.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abantu abangaphezu kuka-3 000 ngempelasonto

Uthe abasolwa abangu-44 baboshwe enyakatho yeKurhuleni North, abanye abangu-97 baboshwe enkabeni yayo.

"Amaphoyisa aseWest Rand abophe abasolwa abangu-114 ngamacala okushaya, ukuphanga, ukugqekeza, ukushayela ngaphansi kwengcindezi yotshwala, ukutholakala nemoto eyebiwe, namanye amacala," esho.

"Amaphoyisa asentshonalanga yeGoli esebenzisana nomphakathi kanye namanye amaphoyisa abophe abasolwa abangu-66 ngamacala okutholakala nezidakamizwa, ukudlwengula, ukweba ezitolo nawokugqekeza imizi yabantu," kusho uMakhubele.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.