Kuboshwe abangu-6 ngokutapa impahla kwezabokufika

2016-08-16 16:01

Cape Town - Kuboshwe abantu abangu-6 ngamacala odlame lomphakathi ngemuva kokuba kutatshwe impahla kwaphinde kwashiswa ezabokufika kuleli endaweni yakwaNomzamo eduzane naseStrand eWestern Cape.

Lesi sigameko senzeke ngemuva kokubulawa kwendoda eneminyaka engu-22 ubudala endaweni ngempelasonto.

OLUNYE UDABA: Zivale izicabha ezabokufika eGoli

Akukaboshwa muntu ngokubulawa kukaSiyabonga Jozana owadutshulwa ngaphandle kwesitolo kwaNomzamo ngeSonto ntamba.

Imbangela esigameko sokudubula ayikacaci.

Ukudubula kuqubule udlame, ezinye izakhamizi zihlasela izitolo zabokufika endaweni.

Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthe: "Amaphoyisa adubule ngezinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza iqulu. Imibiko yokulimala kwabantu ayikho kulandela ukudubula."

Kuboshwe abantu abangu-6 ngamacala okuqala umlilo nokutapa impahla ezitolo zabokufika kuliondelekek ukuba bavele maduze enkantolo, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.