Kuboshwe abangu-7 ngamacala okutholakala nezidakamizwa ePitoli

2017-05-26 16:03

Johannesburg - Kuboshwe abantu besifazane abangu-6 nowesilisa oyedwa ngokutholakala  nezidakamizwa ekuqaleni kwesonto eCenturion.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa aseTshwane West Cluster uConstable Tumisang Moloto, abasolwa baboshwe ezigamekweni ezahlukene ngesikhathi amaphoyisa "ekhuculula indawo". 

"Esigamekweni sokuqala, amaphoyisa ancinzwe indlebe ngamalungu omphakathi ngokuqhubekayo okusolisayo emzini okuMarina Street," kusho uMoloto.

UMoloto uphinde wathi amaphoyisa alandele imikhondo athola abantu besifazane abathathu ekhishini bepakisha izidakamizwa zohlobo lwe-heroin.

OLUNYE UDABA: Zimkahlele 'obesebenzisa izingane ukuthengisa izidakamizwa'

UMoloto uthe esigamekweni sesibili, abantu besifazane abathathu nowesilisa baboshwe eWierdapark.

"Ngesikhathi amaphoyisa efika kulo muzi abasolwa batholwe nesidakamizwa okusolwa ukuthi ngesohlobo lwe-cocaine baboshwa."

Bonke abasolwa baneminyaka ephakathi kwengu-22 nengu-23 ubudala.

UMoloto uthe abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yasePitoli maduze.

"Amaphoyisa aphenya amacala amabili ezidakamizwa." 

 -The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.