Kuboshwe abantshontshe izibhamu befuna ukudubula amaphoyisa

2016-07-13 11:31

Washington – Iziphathimandla eLouisiana zithe ngoLwesibili sezibophe abantu abathathu abamnyama ngokweba izibhamu behlose ukuzisebenzisela ukubulala amaphoyisa.

Amaphopyisa ngoMgqibelo ngezithuba zabo-02:00 abizelwa esitolo abasolwa bezama ukweba izibhamu, kanti i-video iveza laba abathathu begqekeza bengena ngaphahla ngokusho kwamaphoyisa aseBaton Rouge.

U-Antonio Thomas, 17, "Uthe yena kanye nabanye abathathu bantshontsha izibhamu kanti besebezontshontsha izinhlamvu ukuze badubule amaphoyisa,” kusho amaphoyisa.

Funda nalolu daba: Kungqubuzane izitimela kwashona abantu abangu-12

Waboshwa wathweswa icala lokugqekeza nelokweba izibhamu.

Bekungakacaci kodwa ukuthi umsolwa wesine, ongakaboshwa, ukuthi ukuphi.

Kwebiwa izibhamu ezingu-8, kanti iziphathimandla zithi eziyisithupha kuzona sezitholakele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.