Kuboshwe abantu abane ngelokudubula ebebebhikisha KwaMashu

2017-05-31 12:30

Durban - Kuboshwe onogada abane ngokulimala kwentombazane kulandela ukudubula kwabo bebhekise esixukwini ebesibhikisha.

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi ababhikishi bebetapa impahla ezitolo zaKwaMashu ngoMsombuluko ebusuku.

Intombazane eneminyaka engu-18 ubudala idubulekile yalimala kulesi sigameko, kusho uLieutenant-Colonel Thulani Zwane etshela iNews24.

Izinkulungwane zezingane zingene emgwaqeni zabhikisha ngoLwesibili zizwakalisa ukungahambisani ‘nokuthunjwa kwezingane’ nokuhlukunyezwa kwabesifazane.

Abafundi basezikoleni ezahlukene baqale ukubhikisha ngezithuba zabo-08:30.

OLUNYE UDABA: Ushise indlu efica intombi lilele nelinye isoka

Umbhikisho wabafundi ulandele ukuhlaselwa kwezitolo zabokufika yilabo ebebekhala ngemibiko yokuthunjwa kwezingane ngoMsombuluko ebusuku.

Ngesikhathi onogada bezama ukuvikela abokufika, badubule babhekisa esixukwini kwalimala intombazane.

ULieutenant-Colonel Zwane uthe intombazane iphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane kodwa yadedelwa ngokuhamba kwesikhathi.

Abasolwa baboshwe ngecala lokuzama ukubulala nokudubula endaweni kamasipala, kusho uZwane.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.