Kuboshwe abantu abane ngesehlakalo sokudubula eSandton

2017-01-09 10:00

Johannesburg  – Kuboshwe abantu abane ngesehlakalo sokudubula esenzeke ekuseni ngoMsombuluko eSandton.

Kushone umuntu oyedwa kulesi sehlakalo kanti omunye uphefumula ngemishini eCharlotte Maxeke Hospital.

OLUNYE UDABA: UMalema uzishaya isifuba ngokwenzeke kwi-ANC

Okhulumela amaphoyisa uDavid Mothapo uthi ingxabano ebiphakathi kwabantu abathile iholele esehlakalweni sokudubula.

“Umsolwa ukhiphe isibhamu wadubula izisulu. Umsolwa ube esebaleka ngemoto endaweni yesehlakalo kanye nowesifazane. Izisulu ziphuthunyiswe esibhedlela nokuyilapho sishonele khona esisodwa.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.