Babuyela enkantolo abasolwa ngokubulala umfundi

2018-01-25 09:33

Cape Town – Abesilisa abane abasolwa ngokudlwengula nokubulala umfundi uHannah Cornelius bazobuyela eNkantolo kaMantshi eStellenbosch ngoLwesine ukuze kulungiswe izinto ezithize ngaphambi kokuqala kokuthethwa kwecala.

U-Eben van Niekerk, Nashwill Julies, Vernon Witbooi noGeraldo Parsons baboshwa ngemuva kokuhlaselwa ngesihluku kukaCornelius nomngani wakhe, uCheslin Marsh, ngoMeyi 2017.

Laba bangani babehlezi emotweni yohlobo lwe-VW Citi Golf bezixoxela ngaphandle kwefulethi elikuBird Street ngesikhathi behlaselwa.

OLUNYE UDABA: Unqatshelwe ibheyili umlimi osolwa ngokubulala emngcwabeni

Imoto kukholakala ukuthi yasetshenziselwa esigamekweni sokuphanga kuhlonyiwe esenzeka eNorthpine, phakathi kwaseBrackenfell naseKraaifontein, ngosuku okwabulawa ngalo uCornelius, ngoMeyi 27.

UMarsh kuthiwa washaywa washiywa kucatshangwa ukuthi ufile eKraaifontein.

Isidumbu sikaCornelius satholakala ngokuhamba kwesikhathi eceleni komgwaqo, ngasepulazini okukhiqizwa kulona iwayini eStellenbosch kanti imoto nayo yatholwa ngamaphoyuisa ngokuhamba kwesikhathi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.