Kuboshwe abantu abangu-10 embhikishweni onodlame eN West

2018-04-19 12:33

Johannesburg - Kuboshwe abantu abangu-10 ngodlame lomphakathi ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho eMontshiwa.

Amaphoyisa athi umbhikisho uqhubeke ubusuku bonke, kwaze kwakapakela nakwezinye izindawo eziseNorth Wets.

Amalungu omphakathi aqale ukubhikisha kusukela ngoLwesithathu, ethi afuna uNdunankulu uSupra Mahumapelo ehle esikhundleni futhi kuthuthuke nezidingo zomphakathi.

Sekushiswe inqwaba yezimoto, kwatatshwa impahla ezitolo, kwaze kwavalwa nemigwaqo ngamathayi avuthayo.

OLUNYE UDABA:Usukapakele kwelinye ilokishi umbhikisho wezindlu eGoli

Owamaphoyisa u-Adele Myburg uthe: "Umbhikisho uqhubeke ubusuku bonke. Kuvalwe imigwaqo ngaphakathi kanti nezitolo zitapelwe impahla. Kushiswe neqola yeloli endaweni yaseMahikeng."

Inyuvesi yaseNorth West ivale uphiko lwesiikhungu iMahikeng njengoba kuqhubeka umbhikisho.

Inyuvesi ithi ithathe isinqumo sokuba imise ukufunda ngezizathu zokuphepha kwabasebenzi nezitshudeni.

TIsikhulumi uLouis Jakobs uthe: "Sizo xhumana namaphoyisa sibone ukuthi luyabakhona yini ushintsho kulesi simo mase sithatha isinqumo sokuba kuyaqhubeka yini ukufunda nokufundisa."

 - EWN


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.